Kube nesiphambeko kwisifuni sakho. Sichathaza ukuthi ubuyekeze isifuni sakho kuleso sesimanje manje.

Mayelana:

uTUIMP umele u"Universe in my pocket(UMkhathilibe ePhaketheni lami)".

Kungani sithi "EPhaketheni lami"? Ngoba kwisihloko ngasinye,ungathola umqulu ongakwazi ukuwu printa bese uyawugoqa ukuze wakhe iNcwajana enela ePhaketheni.

Umangabe ungenayo iPrinta, usangayibukela leNcwajana kwisiHenqo.

IziNcwajana ziyatholakala ngezilimu ezimubalwa ezahlukene.

IQembu:

Abasunguli:

Abaphonse esivivaneni:

Unjiniyela wewebhu:

Thintana nathi:

Uma ufisa ukusibhalela, sebenzisa leli iFomu elingezansi:

ILayisensi:

iTUIMP umsebenzi oyinhlanganisela kanti ukhiqizwe iQembu lethu kanti futhi ungatholwa inoma ubani kunoma iliphi igumbi lomhlaba. Konke esikucelayo ukuthi usinikeze igcobo nanokuthi ungawusebenzisi ngenhloso yokuwudayisa. Ukuze uthole imininingwane, cindezela inkinobho ye-creative commons ngenzansi.

Creative Commons License